UkHOZI FM BULLETINS 13H00

UkHOZI FM BULLETINS 13H00

Ukhozi FM Current Affairs

05/05/2015 10:00PM

Episode Synopsis "UkHOZI FM BULLETINS 13H00"

Umnz Adrian Naidoo,ogaqele isikhundla sokuhola i-DA, kuzwelonke uthi unethemba lokuthi uzowudla umhlanganiso njengoba leliqembu lizobamba ingqungquthela yokukhetha ubuholi ngempelasonto ePort Elizabeth. UNaidoo oneminyaka engu 28 ubudala ongusomabhizinisi wase-Goli, ubekhuluma enkulumeni ekhethekile neziko lezindaba lakwa SABC, uthi yize esanda kujoyina i-DA, kodwa unethemba lokuthi uzowudla umhlanganiso.[TAKE: SBNAME: Been supportersOUTCUE: What I bringTO: 0'34"DURATION:0'34"]Uthi selokhu aba ngumlandeli kusukela aqala ukuvota. Uthi ukhuthazeka kakhulu njengoba eseyilungu layo futhi kukhulu angakuletha kuleliqembu uma ekhethwa.

Listen "UkHOZI FM BULLETINS 13H00"

More episodes of the podcast Ukhozi FM Current Affairs